WASHINGTON DC — Kulandela umhlangano omkhulu oweDemocratic National Convention ogqitshwe ngoLwesine lweviki edluleyo, ozamela ibandla leRepublican Party njalo owayengumongameli weleMelika uMnu Donald Trump lazancintisana laye owebandla leDemocratic Party njalo engumsekeli kamongameli uNkosikazi Kamala Harris, bazaqala umkhankaso ezigabeni eziqakathekileyo kulolukhetho lokudinga umongameli weMelika ngenyanga kaLwezi lonyaka.
UMnu Trump ukhangelelwe ukukhankasa eDetroit, Michigan lapho anqotshwa khona ngomnyaka ka 2020.
Ukhangelelwe njalo ukuya kwamanye amadolobho aseMichigan laseWisconsin.
UNkosikazi Kamala Harris lomsekeli wakhe uMnu Tim Walz, bakhangelelwe ukukhankasa emadolobheni atshiyeneyo ase-Georgia.
Ingcwethi ecubungula ezombusazwe uMnu Den Moyo uthi umkhankaso uveza ukuthi uNkosikazi Harris uyakhokhela.
| # | Наименование новости | Тональность | Информативность | Дата публикации |
|---|---|---|---|---|
| 1 | UTrump loHarris Balungiselela Ingxoxo- mpikiswano | 0 | 8.61 | 04-09-2024 |
| 2 | UTrump loHarris Bazangqikilana Kungxoxompikiswano ngoLwesibili | 0 | 8.91 | 09-09-2024 |
| 3 | Iyaqhubeka Imikhankaso Yokhetho Lukamongameli weMelika Endaweni Ezitshiyeneyo | 0 | 7.97 | 18-09-2024 |
| 4 | UHarris Uthi Uzaqinisa Umthetho Wokwenqabela Ukungena eMelika Kwabangela Maphepha | 0 | 8 | 31-08-2024 |
| 5 | Ingxoxompikiswano Yokhetho Lukamongameli Iveza Umahluko Omkhulu Phakathi kukaTrump loHarris, Kutsho Ingcwethi | 0 | 8.06 | 11-09-2024 |
| 6 | UHarris loTrump Baphikisana Ngemithetho Ezalawula Ingxoxo-mpikiswano Ezaqhutshwa Kunyanga Ezayo eMelika | 0 | 16.53 | 27-08-2024 |
| 7 | UHarris loTrump Bazadibana Kungxoxompikiswano ngoLwesibili | 0 | 5.89 | 10-09-2024 |
| 8 | Imikhankaso kaTrump loHarris Idinga Usekelo Esigabeni seGeorgia | 0 | 7.9 | 30-08-2024 |
| 9 | Kuyini Okungafundwa Ngabantu beZimbabwe Ngokhetho lweMelika Oluzaqhutshwa Lonyaka? | 0 | 6.53 | 20-10-2024 |
| 10 | Trump di Hilbijartinê de Serketî Bû | 0 | 5.45 | 06-11-2024 |